Izimpabanga Zomhlaba

Izimpabanga Zomhlaba

Softcover

By using these links, you support READO. We receive an affiliate commission without any additional costs to you.

Description

UFrantz Fanon waba ngenye yezincithabuchopho ebaluleke kakhulu yekhuluminyaka lama-20 lekholoniyalizimu ukwehlukana kwezihlanga, kanye nalokhu, umsebenzi wakhe obabazekayo, ongedlulelwa nkathi okanye neOrientalism kanye ne-The Autobiography of Malcolm X.Izimpabanga Zomhlaba ilucwaningo oluhlabahlosile lwesimongqondo sabakholonayiziwe kanye nendlela yabo eya enkululekweni. Inenjula eyodwa olakeni lwabantu abakholonayiziwe kanye nendima yodlame oguqukweni olungokomlando, lencwadi ngokunembile ibuye ihlasele ukwephucwa kwamalungelo ezindimbane zabantu yizifundiswa ngakolunye uhlangothi, kanye nenzondo ephakathi kwezinhlanga naphakathi kwezinkolo ngakolunye uhlangothi. Incwadi elusizo yokuhlelwa kabusha kwemiphakathi yabahloli bezizwe ezisathuthukayo, Izimpabanga Zomhlaba ibe negalelo elikhulu kumalungelo emiphakathi, ukulwisana nekholonalizimu, kanye nezinhlangano zengqwebukamqondo yabansundu emhlabeni wonke jikelele.Lesi sihumusho esisha sesiZulu okuletha umsebenzi wakhe kuzihlwele ezintsha zabafundi.

Book Information

Main Genre
Specialized Books
Sub Genre
Politics
Format
Softcover
Pages
218
Price
19.20 €